Izinkinga Zenhliziyo
Job Mothiba
Traduttore Micah
Casa editrice: Tektime
Sinossi
Incazelo emfushane Iningi lethu sibheka impilo ngezimo zenhliziyo ezahlukene. Angikhulumi ngokugula uma ngikhuluma ngezinkinga zenhliziyo kodwa ngikhuluma ngezinkinga ngokomoya nangokozwelo.lezizimo ziyimiphumela yokuziba izimo esibhekana nazo empilweni okungaba ukulahlekelwa,ukuzila,usizi, injabulo,ukuthula kaye nokweneliseka. Ngoba uNkulunkulu uvamise ukukhuluma ngazo. Uma ekuletha kulesosimo,kusho ukuthi ngelinye ilanga ungaphenduka nawe usize omunye. Ayikho into enhle njengoku mamatheka komuntu oke wakhaliswa zinqinamba. “Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke, osiduduza ezinkingeni zonke esibhekene nazo, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nomangabe olunjani, ngenduduzo nathi asiduduza ngayo.” (2 korinte 1:3-4) Incazelo ephelele Iningi lethu sibheka impilo ngezimo zenhliziyo ezahlukene. Angikhulumi ngokugula uma ngikhuluma ngezinkinga zenhliziyo kodwa ngikhuluma ngezinkinga ngokomoya nangokozwelo.lezizimo ziyimiphumela yokuziba izimo esibhekana nazo empilweni okungaba ukulahlekelwa,ukuzila,usizi, injabulo,ukuthula kaye nokweneliseka. Ngoba uNkulunkulu uvamise ukukhuluma ngazo. Uma ekuletha kulesosimo,kusho ukuthi ngelinye ilanga ungaphenduka nawe usize omunye. Ayikho into enhle njengoku mamatheka komuntu oke wakhaliswa zinqinamba. “Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke, osiduduza ezinkingeni zonke esibhekene nazo, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nomangabe olunjani, ngenduduzo nathi asiduduza ngayo.” (2 korinte 1:3-4)
